Umhawukelwa umuthi wokususa isinyama, amabhadi. Uyazivula izinhlanhla kukhanye empilweni yakho, uthakwa neminye imithi ukuze wenze lokhu. uyawusebenzisa umhawukelwa uwuthake nemithi yokufuna umsebenzi bese uyahamba uyofuna umsebenzi ubone ukuthi angeke yini uze uwuthole umsebenzi. uyangena kumuthi womsebenzi. Umuthi wesikhafulo uyangena uma wenza izikhafulo, kunesikhafulo lapho ufakwa khona ufake nomchamo wakho futhi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |